Sanibonani ngomsombuluko
Zikhona izitimela ezisuka Ezimbokodweni nezibuya khona 0725;0727;0728;0732
Sikhona esisuka Kwamashu ekuseni nantambama
Kukhona nesiya e Tongaat ekuseni nantambama, Siyabonga
SikephiApp Generation
SIkephiApp is an android app of which it will be easy to maximize the impact of communication and pe
Sanibonani namuhla
Istimela esiya Ezimbokodwe u 0725; 0724; 0721 bakhona ukuya nokubuya.
Nesiya Kwamashu nase Tongaat zikhona noma zibakhona kabili zona ekuseni nantambama ngenxa yokuthi zidonswa iguzu koda zikhona.
Sibonge
30/08/2022
Zikhona izitimela bagibeli osukwini lwanamhlanje. Sikhona esizophinda otongathi ngokunjalo bakwamashu ngesikhathi zantambama . ziyatholakala eziya embongitwini nako clairwood.
Isiphumile timetable ezosebenza ngesonto elizayo yalo mzila oya otongaat. Uzosthola ntambama ephinda Kwamashu mgibeli. Besekuthi kulomzila osuka e Durban station uza ngapha esphingo udlule embongintini zikhona ungasali.
25/08/2022
Emzileni oya o tongaat luzoba khona ushintsho ngesikhathi istimela esamba ngaso besekuthi Kwamashu sisazoqhubeka njengenjwayelo. Zikhona bagibeli izitimela osukwini lwanamhlanje mawusuka edurban station uya ko merebank size siphelele embongintwini.
24/08/2022
Aziphazamisekanga nhlobo izitimela njengoba kubatshazwa ukuteleka. Uyoze usthole ntambama esiphinda Kwamashu naso tongaat ngo 17:10. besekuthi lesi ezisuka ethekwini ziye ngase south coast zikhona ngokujwayelekile noma ziphelela embongintwini.
23/08/2022
Ungasali ntambama Mase uphindela ekhaya mgibeli wesitimela. Sizotholakala esiphinda o tongaat nakwamashu ntambama ngo 17:10 ungasali. Besekuthi kulomzila ophelela embongintwini sikhona bagibeli azinakuphazamiseka.
17/08/2022
Inkings esazodlula lekhona kolomzila ophela otongathi . Ungasali mgibeli oya Kwamashu sizotholakala ntambama ngo pass four sesiphinda ngakhona Kwamashu. Kulomzila oyangase sphingo zikhona size zidlulele ezimbokodweni .
15/08/2022
Good news today. Sesiyadlula istimela esphingo sijike ezimbokodweni station. Nangokunjalo nase thongathi sesiyatholakala yize sihamba ekusen nantambama ngenxa yokuthi sidonswa iguzu .
Sikhona izitimela esizosuka Kwamashu khona manje ekuseni size ngapha ko Moses mabhida station siphelele edurban station siyoze sisithole ntambama. Bese kuthi kulomzila ophelela esphingo station zikhona bagibeli ningasali zidlula ko Montclair station siphindela edurban station.
08/08/2022
Ezinhle kakhulu ngomhlaka 15 izoba khona imzila ezovulwa . Sikhona izitimela osukwini lwanamhlanje mawusuka ethekwini uze ngapha kosiphingo station . Sesiyasuka Kwamashu siza ngapha ethekwini bagibeli ningakhohlwa size siphinde ntambama .
05/08/2022
Bagibeli bezitimela ezinhle zithi maduze sowuthola umzila oya estenga . Ungasali mawukwamashu uza ngapha edurban station ngobaa sesiyasuka isitimela. Bese kuthi kulo mzila ophelela esphingo zikhona isitimela.
Click here to claim your Sponsored Listing.
Location
Category
Telephone
Website
Address
Durban
4001
Opening Hours
| Monday | 08:00 - 16:30 |
| Tuesday | 08:00 - 16:30 |
| Wednesday | 08:00 - 16:30 |
| Thursday | 08:00 - 16:00 |
| Friday | 08:00 - 16:00 |
