Izindaba zomphakathi

Izindaba zomphakathi

Share

Contact information, map and directions, contact form, opening hours, services, ratings, photos, videos and announcements from Izindaba zomphakathi, Prison & Correctional Facility, 789 uvongo marine Drive shellbeach, Durban.

06/02/2024

Viva mk Viva. ✊

Azisho ngevoti 🖤💚🖤💚

26/10/2023

LUSAQHUBEKA uphenyo mayelana nesigameko sokuqothwa kwabantu abayisishiyagalolunye esigamekweni esaba yindaba egudwini esenzeka ngempelasonto eyodwa kwa-Q, eMlaza eNingizimu yeTheku.

Photos from Izindaba zomphakathi's post 24/10/2023

KUBOSHWE nephoyisa elineminyaka engu-41 ngesikhathi kubanjwa iqembu lemigulukudu labayisishiyagalolunye namhlanje ngamacala okuhlasela bathumbe osomabhizinisi bokufika kuleli. Laba babanjwe ngemuva kokuthumba usomabhizinisi oyiPutukezi ngaphandle kwebhizinisi lakhe elise-Bramley, eGauteng, ngoMsombuluko ebusuku. 📸 Brig Athlenda Mathe

24/10/2023

Sekujutshwe ithimba elisheshayo elizophenya lilandele umuntu othathe amakhanda abahlonishwa wawafaka emizimbeni yoguluva, uma esetholakele owenze lokhu uzobashwa ashushiswe agwetshwe abhadle ejele isikhathi eside.

Abanye ke bazokhumbula ukuthi owenz lokhu ngaphambili walandelwa watholwa waboshwa waphuma ngebheyili usalihamba namanje lelo cala lokuthatha ikhanda likaMongameli Cyril Matamela Ramaphosa nelika Bheki Cele wawafaka emizimbeni yabantu besifazane.

Photos from Izindaba zomphakathi's post 23/10/2023

Kufe abantu abahlanu okubalwa namaphoyisa engozini eyenzeke ku-M1 South ngaseMelrose Arch eGoli kubikwa ukuthi amaphoyisa abephuthuma esigamekweni esithile ase ebandakanyeka engozini sabondwa sayekwa nawo aphangalala

Photos from Izindaba zomphakathi's post 23/10/2023

Umphakathi usashaqekile ngesgameko esenze eThekwini emorningside

Kubikwa ukuba intombazane ibhokodwe yisoka layo ngombese wayibulala ngezinsolo zobufebe

Photos from Izindaba zomphakathi's post 23/10/2023

EZINGAJWAYELEKILE
Ungene EMLANDWENI owesifazane obelethe amawele angu 9

Owesifazane u-Obinuju Anthonia Ibeanu wase Nigeria wamukele Ama-Nonuplets okungamawele angu (9) Ngemva kweminyaka engu-25 engabatholi abantwana , ebuzwa ukuthi usazoqhubeka yini nokuzala uthe Cho yize indoda ithi ifuna ezinye ezimbili ukuze ikhave irikhodi likayise

23/10/2023

Amaphoyisa eMaoti KZN asedudule ngomthofu inqwaba yoguluva kwashona ababili abanye balimala, sizobuya nalo lugcwele lodaba,

23/10/2023

Owe ANC umuhluzwe esakhankasa kodwa azika qinisekiswa lezindaba.

Ayihlale phansi ibambe umthetho sizobuya nazo zigcwele.

Photos from Izindaba zomphakathi's post 22/10/2023

Sekubanjwe ezinye izidakamizwa la eKing Shaka Airport, lezi zingabiza inani lika R80 Million.

Want your business to be the top-listed Government Service in Durban?

Click here to claim your Sponsored Listing.

Location

Website

Address

789 Uvongo Marine Drive Shellbeach
Durban