UMkhumbi Wesizwe Organisation

Directions

UMkhumbi Wesizwe Organisation 2026 VOTE UMKHUMBI WESIZWE ORGANISATION

29/09/2026

NAMHLANJE UMHLAKA 29 SEPTEMBER OKUYINYANGA YAMAGUGU❗️

ALikho ifagugu Elidlula Ukwazisana Nokwabelana konotho kongenalo ❗️

Namuhla Sivuke Ekuseni Sayahlanganisa Amehlo ku Ward 11 Emndenini osemanzini

Niyalwazike Udaba 🙏

28/09/2026

UMKHUMBI WESIZWE ORGANIZATION (UWO)

Yiqembu Lezepolitiki Elifike Nesihe Neligxile Ekutakuleni imiphakathi Edonsa Kanzima. Lenhlangano Isivundulule izimo Ezinyantisayo Ebezingaziwa Umphakathi Ophila Ngaphansi kwazo.
Kunabantu Abaxakeke Ngempela Uma Ubuka izimo Abaphila ngaphansi Kwazo Ufikelwa izinyembezi: Njengoba Ngesabatha Bebehambele Omunye Umndeni EVumanhlamvu okwabika ilungu lomphakathi Ukuthi Lekelelani Bakhu Abantu Befa Yindlala: Elinye ilunga Lomphakathi Lisebenzise Futhi Yona le Platform Labika Ngomunye Umfana Owasholelwa Abazali Ehlala yedwa kwaze kwadilika indlu Eyashiywa unina: Umkhumbi Wesizwe ORGANIZATION uphinde Wanikela khona Wayolekelela ngokudla kwatholakala ukuthi Akukho nendlu yokubeka lokhokudla kodwa bathembisa ukubuya ngokushesha:

ONgumongameli Walenhlangano SBK uthi Namanje Akusona iSimanga ukuthi Usiza Abantu Yena Ungumholi Umsebenzi Wakhe Yilowo Akuyona into Entsha Ngisho Esengumeya EMthonjaneni Wayewenza lomsebenzi: SBK Biyela Uveze Ukuthi Uyazibona izinhlamba Ethukwa Ethukelwa Ukusiza Abantu Kusatshiswa Nama Candidate oMkhumbi: Uthi Cha Bekani Umoya Phansi Bona Abanasikhathi Nokunaka Elinye Iqembu Ngoba Nalo Lisebenza ngemigomo Yalo noMkhumbi Usebenza Ngemigomo Nesisekelo Elasungulelwa Phezu Kwaso: Uthi Abanye Omongameli Baphethethwa umoya Babizwa ngo Sir Ngabahlonishwa kodwa Yena Uzibambele Ugijima Phansi Nama Candidate Ubafundisa umsebemzi babone nenhlupheko yabantu Ngakho Akanasikhathi Sokuthukana namanye amaqembu nabaholi Yena Eyakhe Energy Eyokusiza Abantu akhulume ngeqembu lakhe:

EMASSWENI ASISEBENZE SONKE

28/09/2026

EZOKHETHO: Ad
Umkhumbi Wesizwe ORGANIZATION President and The FOUNDER

IQembu Elifike Ngamandla kweze Politiki ikakhulu KoMasipala Esingabala Omasipala Abangaphansi kweKing Cetshwayo DISTRICT ne Zululand kanye Ne DURBAN METRO

LELIQEMBU ELIHOLWA SBK BIYELA WASE NKANDLA EMAHLAYIZENI OKE WAHOLA UMKHANDLU WASE MTHONJANENI

Leliqembu Selizakhele Ugazi Nabantu Abawuvali Umlomo Ngokusiza Abantu Abashonelwe Libancwabele Okumanje ingaphezu kweshumi imindeni ethole ukwelekelelwa Ngohlelo Lomncwabo

UMPHAKATHI UTHE USABABAZA LESISIHAWU ESINGAKA

UMkhumbi Wesizwe ORGANIZATION Uvele wakhula Ngelinye igiya Lapho Ulekelela Imindeni Emine Esigcalabeni ENKANDLA Ebidilikelwa izindlu Bonke Baxhaswe Ngo Simende Bokuqinisa izindlu zabo

IQembu Lithi Liphinde Lamenywa Ku WARD 04 Umphakathi ukhala nge Bhuloho Okungahambeki malina izulu nezingane aziyi esikoleni; IQEMBU LITHI: Selimi Ngomumo ukuyobelekelela Ngebhuloho:

IQEMBU LITHI: Lihambele imizi ku WARD 06 Lafica isimo esidabukisayo kweminye imizi Abantu behlala Ezindlini eziwayo okubalwa nogogo ongaphezu kuka 60 years:
IQEMBU: Liphezu Kwezinhlelo zokuphuthumisa izakhiwo eziphephile kungakafiki izimvula Ezinkulu.

Kuningi iqembu elikwenzayo okubalwa ukulekelela ngezimpahla zokuqqoka zabafana namantombazane makukhona Abazidingayo

Zikhona Nezinhlelo zokuqeqesha intsha ngama Skills ahlukele ukubalwa iTRAINING lokuqeshesha ukufundela ukwakha izinsipho (Cleaning Product nokunye okuningi

Isiqubulo Seqembu Sithi

Emabhozeni

28/09/2026
28/09/2026

Iqembu lezombusaswe elisanda kusungulwa Umkhumbi Wokunethezeka Organization i-UWO lelule isandla ukulekelela umndeni wasEsigcalabeni ushonelwe ubaba wekhaya.

Amalunga eqembu I-UWO avakashele umndeni ukuyohlanganisa amehlo nomndeni njengoba uhanjelwe ubaba wasekhaya, bafike badlulisa amazwi enduduzo emndenini lapha bebephethe nezipheko ukulekelela kwabahlalise umndeni njengoba ubhekene nalesi simo.

Iqembu lithembise umndeni ngokuwulekelela ekulandweni komzimba eXopo bewufake emakhazeni azimele bephinde bethenge nebhokisi ngehloso yokwehlisa ingcindezi emndenini.

UMengameli weqembu uSBK Biyela uveze ukuth kusukela kudala abantu babebhekelana uma kukhona umndeni odinga ukulekelela ukufihliswa ithambo lawo.

UBiyela uthi iqembu lenza elazibophezela ukukwenza mhla lisungulwa futhi eliqhubeka likwenza noma umsunguli walo esethathe umhlalaphansi.

28/09/2026
Sikhonela ukusiza umohakathi...
28/09/2026

Sikhonela ukusiza umohakathi...

Address

Nkandla Shezi Street
Midrand

Website

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when UMkhumbi Wesizwe Organisation posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Shortcuts

Share