23/10/2026
Day 05 of 5 : UMkhandlu waseNquthu namuhla uvale uhlelo lwezinsuku ezinhlanu lokuhambisa okwabantu kubantu .
Namuhla bayivale ngo ward 09 lapho baqale khona EMpumelelweni beyophendula isoyi lomgwaqo wakhona I Mpumelelweni Blacktop babe sebedlulela e Cassino nakhona beyodlulisela umgwaqo wakhona I Cassino Blacktop .
Kuphinde kwahlomula amakhaya angu 20 ngama food vouchers enani lika R1000 ngalinye ukuze bezokwazi ukuthi bexoshe ikati eziko.