11/03/2026
Ukhahlamba Luyizwi Labantu.
A servant. An initiator. An altruist.
11/03/2026
Ukhahlamba Luyizwi Labantu.
23/01/2026
💡
13/01/2026
13/01/2026
Bahloli bami, bothisha bami, bafundi bami, bazali bami, l m very proud of you, syabonga umsebenzi omuhle eniwenzela isizwe...PHAMBILI NGOKUSEBENZA NGOKUZINIKELA
25/12/2025
BUKELA: Umlayezo ophuma ehhovisini lika Sodolobha, Mhlonishwa VR Mlotshwa.
19/12/2025
Ukhahlamba Luyizwi Labantu.
17/12/2025
ISAZISO.💡
08/12/2025
Namhlanje besiyothamela icala enkantolo lalowo osolwa ngokudlwengula udadewabo khona la e-Ward 14 wase Bergville. Icala lihlehliselwe umhlaka 26 January 2026. Siwu Mkhandlu wasoKhahlamba siwuhlaba umkhankaso wokuba kuyekwe ukuhlukunyezwa kwabantu besifazane kanye nezingane. Siyacela nemindeni ingazami ukufihla noma ukuvimba laba abafisa ukuthola usizo emaphoyiseni noma kweminye iminyango efanele kahulumeni.
Ukhahlamba Luyizwi Labantu.
04/12/2025
Namhlanje besihambele izitolo Shoprite kanye no Spar ukuyohlola ukuba bayawugcina yini umthetho wezokuthengisa, kuphindwe kubhekwe ukuba ngabe ukudla okuthengiswayo kusesimeni esifanele ukuba kudayiswe.
04/12/2025
Launch of the Mayoral Roadsafety Campaign in collaboration with SAPS, SANDF, Reimagine Road Safety, Nelisa Izizwe Foundation and TECHNO.