23/09/2023
Holistic Care Youth Empowerment
PROVIDING CLINICAL AND SOCIAL SERVICES TO YOUNG PEOPLE
We promote mental health through a person centered approach.
We believe that personal truth/conviction leads to mental freedom.
23/09/2023
23/09/2023
Day 1, soccer tournament
pregnancy vs family planning, okungahleliwe vs ukuhlela umndeni
Dear parents, asibonisaneni
Uthini umbono wakho ngokuhlela umndeni kwentsha ngesikhathi samanje? (Imijovo, amaphilisi, etc, ukungayi nhlobo ocansini, ucansi oluphephile).
Asikubeke emqondweni ukuthi umlando uthi intombi yayibuthwa ibe neqhikiza, iqome, ivakashe futhi esokeni kodwa isoka lingangeni esibayeni (ukusoma). Loku akusenzeki kulesikhathi sentsha yanamhlanje,
Singabasiza kanjani noma singabaluleka sithini abantu abasha ukuze kwehle izinga lokuzala okungahlelekile ngoba kuyalifiphaza ikusasa labantwana bethu, kuphinde nabazukulu bethu bangatholi ukukhuliswa kahle ngoba iningi libhekana nobubha obuyisimanga
Sicela imibono bakwethu, wonke umbono wamukelekile, sisembhidlwangweni wokuzuza imiphefumulo yabantwana bethu
Holistic Care Youth Empowerment
PROVIDING CLINICAL AND SOCIAL SERVICES TO YOUNG PEOPLE
We promote mental health through a person centered approach. We believe that personal truth/conviction leads to mental freedom.
03/10/2022
28/06/2022
Thank you Bluff Military Base
16/06/2022
Youth day celebration @ Inanda
30/03/2022
Crime Prevention Program
25/03/2022
Holistic Care Youth Empowerment made its first appearance as a registered organization
Click here to claim your Sponsored Listing.
Location
Category
Contact the business
Telephone
Website
Address
Umgababa
Durban
ZA
