Jozini Local Municipality

Call Directions Website Contact the organization

Jozini Local Municipality Contact information, map and directions, contact form, opening hours, services, ratings, photos, videos and announcements from Jozini Local Municipality, Government Organization, Circle Street, Bottom Town, Jozini.

The municipality that can be TRUSTED to provide sustainable services, promotes thriving socio-economic development, and upholds good governance for the benefit of its community.

uMeya uNkosinathi Scelo Myeni namuhla ubehambele eward 1 ezigodini ezahlukahlukene Mpileni kanye nase masayithini amasha...
21/10/2026

uMeya uNkosinathi Scelo Myeni namuhla ubehambele eward 1 ezigodini ezahlukahlukene Mpileni kanye nase masayithini amasha lapho khona ebeqhubeka nokuhlola izindlu olindela kulabo abakhahlanyezwa izimvula.Uma ehlola indlu ubeshiya ingubo, nesimpontshi kanye nokokumaya.

uMeya ube esegcina ngokudlulela esigodini sase Ngudeni nalapho afike waxhasa abalimi bezingadi ngezincingo zokubiya amarola awu 6 (100m) kanye nezingodo ezu 30.

21/10/2026

UKUHLOLWA KOKWAKHIWA KWEZINDLU OLINDELA‼️

UMASIPALA WASE JOZINI UYAQHUBEKA NOKUNIKEZA NGOSIZO LWEZINDLU ZESIKHASHANA EMINDENINI EYAHLASELWA YINHLEKELELE‼️Umasipal...
20/10/2026

UMASIPALA WASE JOZINI UYAQHUBEKA NOKUNIKEZA NGOSIZO LWEZINDLU ZESIKHASHANA EMINDENINI EYAHLASELWA YINHLEKELELE‼️

Umasipala wase jozini namuhla ubuhambele ukuhlola izindlu (Temporary Houses) emindenini eyathinteka izimvula ezinamandla, umoya onamandla kanye nesishingishane ezigcemeni ezahlukene zase jozini.

uMhlonishwa uMeya uNkosinathi Scelo Myeni uyaqinisekisa ukuthi lezi zindlu zesikhashana ziwusizo oluphuthumayo ,akusiyo indlu ehlala njalo. Yonke imindeni ethintekile isihloliwe kanti imininingwane yayo isithunyelwe kuMnyango wezokuHlaliswa kwaBantu waKwaZulu-Natali ukuze ithole izixazululo zezindlu ezihlala njalo ngaphansi kwezinhlelo eziqhubekayo zezindlu zasemakhaya.

uMeya uMnguni unxusa umphakathi ukuthi ubekezele ngesikhathi kusacutshungulwa izindlu ezihlala njalo. Umasipala uzoqhubeka nokuhlinzeka ngezingubo, amaphakethe okudla , izimpontshi kanye namatende lapho kudingeka khona.

20/10/2026

WARD 12 ESIGODINI SASE PHUNGAZA ‼️

20/10/2026

TEMPORARY HOUSES OVERSIGHT VISIT📍‼️

KwaMpontshane Ward 10

20/10/2026

uMhlonishwa uMeya uNkosinathi Scelo Myeni ehambisana noKhansela uGumede kuward 10 emndenini wakwa Mthombeni esigodini sase Danishini ukuyonika imvumo ngezindlu olindela ukuba bazisebenzise njengoba seziphelile.uMndeni wakwa Mthombeni ukujabulele ukuthola lendlu yesikhashana njengoba bebalala beyisikhombisa endlini engenaso isithunzi.

Kusasa 21/10/2026 uMeya uMnguni uthembise ukuthi kuzofika imoto ilekelele umndeni ngokubahambisa eNgwavuma ukuze bekwazi ukuthola izitifiketi kanye namapasi.

20/10/2026

Temporary Houses Oversight Visit Tembe Family in Ward 10 , by His Worship the Mayor Nkosinathi Scelo Myeni.

20/10/2026

uMhloli uMnu SV Mthembu uthi bona njengomnyango wezemfundo bayazibophezela ukuthi izithelo zezinga lokuphasa kukamatikuletsheni lizohlala liqhakambile njalo njengoba kubanjiswene kahle kangaka nomkhandlu wase jozini.” Sizobuyela kunombolo 1”

20/10/2026

🎥20/10/2026-BOOTS CAMP MEETING‼️

UMHLANGANO WOTHISHANHLOKO BEZIKOLE EZIBAMBA AMA-BOOTS CAMPuMhlonishwa uMeya uNkosinathi Scelo Myeni, nesigungu samakhans...
20/10/2026

UMHLANGANO WOTHISHANHLOKO BEZIKOLE EZIBAMBA AMA-BOOTS CAMP

uMhlonishwa uMeya uNkosinathi Scelo Myeni, nesigungu samakhansela esiphezulu kanye nabaqondisi bomkhandlu babambe umhlangano nothishanhloko bezikole ezingu 53 ezizobamba ama-boots Camp njengoba sekuqalwa ukubhala.

uMhlonishwa uMeya uthi bekungeke bengaqhubeki nokwenza loluhlelo ngoba lunezithelo ezinhle,siwumkhanyakude siyaziqhenya ngokuthi othisha basibeke ebalazweni ngemiphumela othalakala ezikoleni zethu.

uMhloli uMnu SV Mthembu udlulise amazwi okubonga kumkhandlu ngokuhlala ubakhumbula njalo mase kusondele isikhathi zokubhala izivivinyo zokuphela konyaka.

Address

Circle Street, Bottom Town
Jozini
3969

Opening Hours

Monday 07:30 - 16:30
Tuesday 07:30 - 16:30
Wednesday 07:30 - 16:30
Thursday 07:30 - 16:30
Friday 07:30 - 17:00

Telephone

+27355721292

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when Jozini Local Municipality posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Contact The Organization

Send a message to Jozini Local Municipality:

Shortcuts

Share