31/10/2026
31 October 2026
CAMPAIGN TRAIL - PARTY AGENTS, INFORMATION TABLE & VCMs TRAINING (WARD 09)
I-ANC yaseWard 09 isikulungele ukusiza uMphakathi ngezinsuku zokhetho!
Namhlanje bekuyukuqeqeshwa kokugcina kwama-Party Agents, abasiza kuma-Information Tables kanye namavolonteer wonke azobe esebenza ngaphandle emphakathini.
2 - 3 November: Ababebhalisele amaSpecial Votes (Iziteshi zivula ngo-08:00 - 17:00)
4 November: Wonke umuntu obhalisele ukuvota (Iziteshi zivula ngo-07:00 - 21:00)
Uphatha i-ID yakho eluhlaza noma eyiSmart Card.
Uma ikulahlekele ungaya kokwenza iTemporary ID. UHome Affairs uzobe uvulile ukulekelela abadinga ama-ID ngezinsuku zokuvota.
Uma ufika kwivoting station unemibuzo ofisa ukuyibuza ungaqonda ngqo kwi-Information Desk ezobe inophawu lwe-ANC, bakhona abazobe belindele ukukusiza.
Ungazichecka ukuthi igama lakho liyavela yini kwi-Voterβs Roll esizobe sinayo kwidesk.
Amaballot papers ozowathola ngaphakathi mabiliβ¦
Kwelokuqala - Votela i-ANCπ€ππ
Kwelesibili - Votela i-ANCπ€ππ
Ivoti lakho yilo esizolisebenzisa ukuqhubeka sakhe iMiphakathi engcono sibambisene!
π€ππ π€ππ