KZN Online Network

Call

KZN Online Network An Independent News Social Media TV that focuses on KZN stories, entertainment and reality.

President Cyril Ramaphosa ubevakashele kuma office e PSL namhlanje, uthe ubezobabonga ngomsebenzi wabo omuhle abawenza e...
02/11/2026

President Cyril Ramaphosa ubevakashele kuma office e PSL namhlanje, uthe ubezobabonga ngomsebenzi wabo omuhle abawenza ebholeni lase South Africa. Usihlalo we PSL u Dr Irvin Khoza uveze ukuthi u President ungulandeli we Moroka Swallows.

Sekushone umuntu osebenza kwa IEC e Mahikeng. Kuthiwa uvele waquleka washona.
02/11/2026

Sekushone umuntu osebenza kwa IEC e Mahikeng. Kuthiwa uvele waquleka washona.

Max Makhanya uthi uyaxolisa ku General Nhlanhla Mkhwanazi nasemaphoyiseni kanye nakubantu base South Africa. Makhanya ut...
02/11/2026

Max Makhanya uthi uyaxolisa ku General Nhlanhla Mkhwanazi nasemaphoyiseni kanye nakubantu base South Africa.

Makhanya uthi yena wathi uma ebona ukuthi ayikho right leya video wayisusa, waze waxabana nomunye owayeyifakile emuva kokuthi yena eseyisusile.

Owaka IEC uveza ukuthi kuntshontshwe ama ballot boxes angenalutho kwi voting station eMndoni Municipality. Uthi kodwa lo...
02/11/2026

Owaka IEC uveza ukuthi kuntshontshwe ama ballot boxes angenalutho kwi voting station eMndoni Municipality. Uthi kodwa lokhu ngeke kuphazamise lutho.

Icala livuliwe emaphoyiseni.

Uthethiswe yimantshi enkantolo eThekwini esehleka ebhokisini uMax Makhanya emuva kokunikezwa ibheyili kaR7 000. Imtshele...
02/11/2026

Uthethiswe yimantshi enkantolo eThekwini esehleka ebhokisini uMax Makhanya emuva kokunikezwa ibheyili kaR7 000. Imtshele ukuthi amacala abhekene nawo abucayi futhi engathola isigwebo esiqinile uma emlahla.

Imangaze abaningi indaba yendoda yase Uganda enezingane eziwu 102 kumakhosikazi awu 12. Lendoda ithi izozama ukuma manje...
01/11/2026

Imangaze abaningi indaba yendoda yase Uganda enezingane eziwu 102 kumakhosikazi awu 12. Lendoda ithi izozama ukuma manje ingabe isaqhubeka njengoba impilo inzima kumele anakekele lezingane futhi ezinye akasazazi ngisho amagama azo, ezinye azinawo amagama njengoba engasazi uzoziqamba athini. Phezu kwalo 102 amakhosikazi akhe awu 9 akhulelwe kukhona nabakhulelwe amawele.

Kuthiwa amaphoyisa asebophe u Max Makhanya kwi Rally KwaMashu. Niyabona kodwa kuthi ama content creators ayaboshwa wonke...
01/11/2026

Kuthiwa amaphoyisa asebophe u Max Makhanya kwi Rally KwaMashu. Niyabona kodwa kuthi ama content creators ayaboshwa wonke manje kushubile 😄

Usomabhizinisi uCalvin Mathibeli owaziwa ngenkampani yama security iā€Calvin & the family  groupā€ namhlanje uvule indawo ...
01/11/2026

Usomabhizinisi uCalvin Mathibeli owaziwa ngenkampani yama security iā€Calvin & the family groupā€ namhlanje uvule indawo entsha eNanda eTafuleni. Lebhizinisi libizwa ngeFood24.

Jacob Zuma useveze ukuthi kukhona abathi kungenzeka aboshwe. Uthi naye akazi ukuthi uzoboshelwani.
01/11/2026

Jacob Zuma useveze ukuthi kukhona abathi kungenzeka aboshwe. Uthi naye akazi ukuthi uzoboshelwani.

Xolani Zuma uveza ukuthi kukhona abaholi abahlela ukubabulala and sebeke babaqonda labobantu.Xolani Zuma uchaza okwenzek...
30/10/2026

Xolani Zuma uveza ukuthi kukhona abaholi abahlela ukubabulala and sebeke babaqonda labobantu.

Xolani Zuma uchaza okwenzeke eNkantolo, uthi amaphoyisa athi asaba ukuthi u Jacinta MaNgobese Zuma uzophazamisa ukhetho, uveza ukuthi amaphoyisa ayakhala athi ama resources abo akanele ngamanye amazwi bayahluleka. Uveza ukuthi iNkantolo ithe March and March ayithi ukuma kancane ukuMasha kusukela namhlanje kuze kube umhlaka 6 November 2026.

Address

1000
Richmond
4001

Telephone

+27840695257

Website

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when KZN Online Network posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Shortcuts

Share