30/09/2026
Kuyishwa emphakathini wakithi eMsinga noMzinyathi wonke ukuba nabaholi abanjenga Laba abakhona njengamanje ,abenza umsebenzi ungapheli bekhohlwe ukuthi abawuqedanga umsebenzi bevulele amanzi egxagxaze ubusuku nemini
UMsinga wonke sinompompi abangaqedwanga ukwakhiwa njengamanje njengoba kuza ukhetho labompompi bavulelwe amanzi ayazigxagxazela nje
Kuyinhloso eMsinga ukuthi singanikezwa amanzi alikho iphutha
Ifundeni niyizibe lepost niphushe ubuxoki enibujwayele