IFP AbaQulusi

Directions Website

IFP AbaQulusi "The IFP believes you deserve a government that serves you with integrity; a government you can trust."

12/10/2026

UKhansela ophinde abe uCandidate eWard 13, uSiyabonga "Magaye" Ndaba, ehambisana neSiyingi esiholwa uSihlalo Henry Sikhakhane bebezovula indlu eyakhelwa isakhamuzi esashelwa ikhaya ezinyangeni ezedlule.

Ward 07 conference yengamelwe iSiyingi sabaQulusi sizofaka ujovo kumalunga e-IFP ukuthi beseke Candidate weqembu, u-MD K...
23/09/2026

Ward 07 conference yengamelwe iSiyingi sabaQulusi sizofaka ujovo kumalunga e-IFP ukuthi beseke Candidate weqembu, u-MD Khumalo.

Namhlanje iSiyingi besihlangene eWard 16  lapho bekunomhlangano wokukhomba umhlahlandlela nokubuyisa ubumbano eqenjini  ...
14/09/2026

Namhlanje iSiyingi besihlangene eWard 16 lapho bekunomhlangano wokukhomba umhlahlandlela nokubuyisa ubumbano eqenjini





Njengamanje uSihlo weIFP ku District, uMashobane uhola iNkomfa yaku Ward 17 lapho egqugqumezela khona ubumbano, ukuseben...
10/09/2026

Njengamanje uSihlo weIFP ku District, uMashobane uhola iNkomfa yaku Ward 17 lapho egqugqumezela khona ubumbano, ukusebenzela iqembu ngokwethembeka kanye nokulungisa ulimi uma sikhuluma njengamalunga eqembu le IFP. Uthi asiyeke ukuba nolimi olunenhlabathi, siyeke ukuqudula uma sibona omunye ogqoke isikibha selinye iqembu, okwethu ukubanxenxa ukuthi bavotela IFP hhayi ukulwa nabo.

Kanti iSiyingi sabaQulusi naso siyinxenye yaleNkomfa kanye nabo bonke oCllr Candide, okufaka nowase Ward 17, uXolani Mbatha naye owethamele leNkomfa.




USihlalo we District, uMashobane ehambisana neSiyingi bahola iNkomfa yase Ward 21, ongaphansi kuka Cllr Ntuli kanye no C...
06/09/2026

USihlalo we District, uMashobane ehambisana neSiyingi bahola iNkomfa yase Ward 21, ongaphansi kuka Cllr Ntuli kanye no Cllr Candidate uSimelane.




02/09/2026

Ward 13 Cllr Candidate, Siyabonga "Magaye" Ndaba who is the current sitting Cllr in the same Ward, will be hosting the Nguni Offroad in Bhekuzulu Old Location, behind Hluma Primary School on September 5th from 10:00







Namhlanje iSiyingi siqeqesha ama Candidates ukuze akwazi ukulandela imigomo okumele besebenze phezukwayo, bazi ukuthi yi...
02/09/2026

Namhlanje iSiyingi siqeqesha ama Candidates ukuze akwazi ukulandela imigomo okumele besebenze phezukwayo, bazi ukuthi yini elindeleke kubo kanye nendlela yokuziphatha.




30/08/2026

Ukunqoba kwe IFP kulolukhetho kulele ezandleni zethu, ukusebenzela iqembu akukona okwabakhethekile.





Lokhu uqhubeke njalo umsebenzi, silungiselela umhlaka 04 November...
30/08/2026

Lokhu uqhubeke njalo umsebenzi, silungiselela umhlaka 04 November...

Address

C/o Church & President Streets
Vryheid
3100

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when IFP AbaQulusi posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Shortcuts

Share