Umlazi Ward 76 ANC updates

Umlazi Ward 76 ANC updates

Share

This is political related page that is aimed at updating the community and all citizens of South Africa about what is happening in ward 76 under the ANC

Photos from Umlazi Ward 76 ANC updates's post 06/03/2026

Njengoba sazi ukuthi kwiArea yaseZimeleni kufakwa ugesi kunezinkingake abahlali abahlangabezana nazo zokuthi ngeke bafakelwe ugesi ngoba bakhe ngaphansi kwezintambo eziyingozi zikagesi ubuholi base ward 76 buhambisana nokhansela bubize amadepartments athintekayo kuloludaba ukuba kwenziwe ukuhlola kwalezindawo nalemizi bese kutholakala isxazululo ngokushesha kwenzekileke lokho sekumele kutholakale isxazululo esisheshayo ngaloludaba sizolokhu sinazisa ukuba udaba selukuphi manje siyabonga (UHULUMENI KUBANTUπŸ–€πŸ’šπŸ’›βœŠβœŠ)

26/02/2026

uANC eWARD 76 njalo ngolwesine uba nomhlangano wamavolontiya lapho behlangana khona bezocijana ngendlela okumele umuntu oyANC okumele aziphathe ngayo baphinde banikezane ama update mayelana nokwenzeka kwiANC naseSouth Africa yonkana lomhlanganoke awukhethi muntu wonke umuntu wamkelekile πŸ–€πŸ’šπŸ’›βœŠβœŠβœŠ

Photos from Umlazi Ward 76 ANC updates's post 13/02/2026

Ngomhlaka 12 February 2026 ngo17:00pm ukhansela waseWard 76 ube nomhlangano nomphakathi wase Mlazi V6 Enaleni VD ngendaba yezinkinga ezihlasele loyamphakathi umhlangano uhambe kahle uzobuyela nezimpendulo ngomhlaka 16 February 2026 ngawo u17:00pm kuwona futhi umhlangano womphakathiπŸ–€πŸ’šπŸ’›βœŠβœŠ

12/02/2026

Siyabingelela besithi asixolise ukuthi lelipage lika langasebenza for iskhathi eside ngenxa yokuthi kunabantu abalireporter befuna livalwe ngenhlanhla ke ireviewal process iveze ukuthi ipage liyilandela yonke imthetho kaFacebook and sesivumelekile ukubuya siposte ngemisebenzi eyenzeka ekuhlaleni kwethu eward 76πŸ–€πŸ’šπŸ’›βœŠβœŠβœŠ

Photos from Umlazi Ward 76 ANC updates's post 30/01/2026

This program was hosted on the 27 January 2026 at ENALENI HIGH SCHOOL in uMlazi V section and it was very successful

26/01/2026

Urgent public notice !!!!

Photos from Umlazi Ward 76 ANC updates's post 14/12/2023

ANC iwawinile amaBy elections abekhona

Photos from Umlazi Ward 76 ANC updates's post 14/12/2023

Ubuholi be ANC kwiprovince buhlangene nobe region bebuhlangene nabaholi bamazone kanye namastructure eANC kumabranches kanti noWard 76 ubukhona u uyingxenye yalowomhlangano eManzimtoti civic center

Photos from Umlazi Ward 76 ANC updates's post 13/11/2023
Photos from Umlazi Ward 76 ANC updates's post 12/11/2023

Day 1 and Day 2 of ANC Dry Run πŸ–€πŸ’šπŸ’›

Photos from Umlazi Ward 76 ANC updates's post 11/11/2023

Ezolimo zihambe kahle kakhulu πŸ™ŒπŸΎπŸ–€πŸ’›πŸ’š Ward 76

Want your business to be the top-listed Government Service in Durban?

Click here to claim your Sponsored Listing.

Location

Website

Address


Durban