08/11/2026
Siyabonga, Mzansi, ngokwethemba i-Afrika Mayibuye Movement nangokusinika igunya lokumela abantu ngamaKhansela angu-57 komasipala abangu-34, okubalwa kubo oMasipala Bamadolobha Amakhulu, oMasipala Bezifunda kanye noMasipala Bendawo.
Siyawubona umthwalo wemfanelo ohambisana naleli gunya esilinikwe ngabantu, futhi ngeke sibaphoxe!
Igunya labantu aliguquki.
INKULULEKO EPHELELE NOKUKHULULWA KWABANTU MANJE! !⚫🔴🟢🟣